Sabelo Mthembu - Ofana Nawe Şarkı Sözleri

Angkaze ngbon ofana nawe kuwo wonke lomhlaba
Ubuhle bakho abuthengwa bukhanya noma uhamba
uNkulunkulu watshala kuw imbewu waze wanisela ngamanzi acwebile
Wentombazane ungadel ubuhle obuvela phakathi

Akaz abon ofana naw amehlo ami, akaz abon ofana nawe

Anginandaba nemvelaphi yakho ngish isiqu sakho
Ngithand indel ophath abantu ngayo nokuzotha kwakho
Khumbul ukuthi ubuhle obuvela ngaphakathi bungawjika ngish umphefumlo
Wentombazane kuko konke oyiko ngithand inhliziyo
Bu şarkı sözü 895 kere okundu.